Kufana Nezulu

3 views

Lyrics

Ey kuyafana kufana neZulu kimina
 Ey kuyafana kufana neZulu kimina
 Ey ukuhlala ukuhlala kuJesu
 Ngibonga uthando thando lwakhe
 Ey sek'yafana neZulu kimi
 Aybo! Ey (sek'yafana neZulu kimi)
 Eyboh! (sek'yafana neZulu kimi)
 Yebo ukuhlala kuJesu (ukuhlala kuJesu ngibong' uthando lwakhe)
 (Kuyafana neZulu eZuwlini)
 Aybo sekuyafana ke bese kuyafan (kufana neZulu kimi)
 Ey kuyafana sek'yafana (kufana neZulu kimi) wena naliZulu yebo ukuhlala kuJesu
 Ukuhlala kuwe (ukuhlala kuJesu ngibong' uthando) ngibong' uthando
 (Olwakhe luyafana neZulu kimi) aw Jesu!
 Ey sek'yafana kimi sekuyafana kufana neZulu ulu kimi (kuyafana neZulu kimi)
 Noma sekwenyukela Jesu (kuyafana neZulu eZuwlini) ifik' indlala bufik'ubumpofu
 Kodwa kuyafana neZulu yebo' ukuhlala (ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando lwakhe)
 Sekuyafana! (Kuyafana neZulu kimi) sekuyafana ay Jesu!
 Aybo moya oyingcwele sekuyafana (kuyafana neZulu kimi)
 Yebo sek'yafana moya (oh kuyafana neZulu kimi) sekuyafana
 Ngihlala ngingasaboleki kungasekho lutho
 (Ukuhlala kuJesu ngizinze kuJesu ngibong' uthando oh lwakhe)
 Ngimile kuJesu, ibhekise kuJesu sekuyafana (kuyafana neZulu kimi)
 Ay baba ay baba ukuhlala
 (Ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi) ngihlae behamba
 Ngihlale benghleka ngihlale bengithuka (olwakhe)
 Ngihlale besho konke ngihlale ngihlale
 Ey boh ngihlale ngihlupheka
 (Ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi) ukuhlala
 Ngihlale ngeswele, ngihlal' emkhukhwini
 Ngihlale ngikhala, ngihlale ngihleka
 Ngihlale ngijabule ngihlale ngidumele
 Ngihlale! Ngihlale!
 (Ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi)
 Ngihlale kuJesu, ngakhiwe nguJesu
 Ngibethelwe nguJesu egazini lakhe
 Ngihlale! Ngihlale!
 Ngihlale! Ngihlale! Ngihlale boh!
 (Ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi)
 Sekuyafana sekuyafana
 Ah Jesu
 

Audio Features

Song Details

Duration
05:03
Key
2
Tempo
75 BPM

Share

More Songs by Hlengiwe Mhlaba

Similar Songs