Sewakhile

2 views

Lyrics

Sewakhile enhlizweni umhlobo wami
 Nguy' omkhulu yena
 Nguy' omkhul' ezihlotsheni
 Umhlobo wami
 Ngoba nguye
 (Ngoba nguye) ngoba nguye
 Owangimela langilahlwe okwempela
 Ngal' uthando lwakhe wangifela
 Umhlobo wami
 Ngoba nguye
 (Ngoba nguye) ngoba nguye
 (Owangimela) yena owangimela
 (Langilahlwe okwempela) lesengilahlwe mina, okwe mpela ke
 (Ngal' uthando) yebo ngaluthando, yebo ngaluthando
 (Wangifela) yebo wangifela
 Umhlobo wami
 Uyathwala yena
 (Uyathwala) heyi uyathwala yena
 (Umthwalo wami) umthwalo wami ujesu
 (Umhlobo wami) Ngoba ungu mhlobo wami
 Uthi ongithwala nami ke
 (Uthi ongithwala nami) yebo uthi ongithwala, heyi ongithwala nami
 Umhlobo wami
 Heyi wayehlatshwa yena
 (Wayehlatshwa njengemvana) heyi wayehlatshwa yena, yebo njenge mvana
 (Azangenz' owakh' umntwana) yebo azangenze, angenze, angenze, yeb' owakh' umntwana
 (Yek' inhlanhla) yek' inhlanhla, yek' nhlanhla
 (Yokwazana) heyi yokwazana, yebo yokwazana
 Nomhlobo wami
 Heyi wayehlatshwa yena
 (Wayehlatshwa) heyi wayehlatshw' eGolgotha
 (Nje ngemvana) ehlatshwa njengemvana
 (Azangenzo) hayi azangenze, azangenze
 (Owakh' umntwana) yeb' owakhe, ilizwe layo
 (Yek' inhlanhla) yek' nhlanhla, yek' inhlanhla
 (Yokwazana) ayi yokwazana, yebo yokwazana
 Nomhlobo wami
 Awu yeka wena
 Awu yek' inhlanhl' engaka
 (Yek' inhlanhla) awu yek' umusa, yek' uthando olungaka
 (Yokwazana) yebo lokwazana, lokwazana
 Nomhlobo wami
 Awu yek' inhlanhla
 Yek' inhlanhl' engaka
 (Yek' inhlanhla) awu yek' nhlanhla, awu yek' inhlanhla
 (Yokwazana) heyi yokwazana, yebo yokwazana
 Nomhlobo wami
 Kuyinhlanhla kona
 Kuyinhlanhla kona
 Kuyinhlanhla kona
 (Yek' inhlanhla) yeki nhlanhla yona
 (Yokwazana) yebo yokwazana
 Nomhlobo wami
 Awu yeka wena
 Awu yek' inhlanhl' engaka
 (Yek' inhlanhla) inhlanhla engaka, inhlanhla engake
 (Yokwazana) heyi yokwazana
 Nomhlobo wami

Audio Features

Song Details

Duration
04:42
Key
9
Tempo
108 BPM

Share

More Songs by Hlengiwe Mhlaba

Similar Songs