Kungani

2 views

Lyrics

Wena mtanami njengoba uye sikoleni
 Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yo thisha
 Wena mtanami njengoba uyesikoleni uyonfunda
 Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yabo
 Wena mtanami njengoba uye sikoleni
 Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yo thisha
 Wena mtanami njengoba ngikukhulisa nje
 Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yabo
 Kukhon' uthando kukhon' uthando
 Kukhona lento ebulala abantu kanzima
 Khukhon' uthando ay woni kukhon' uthando
 Kukhona lento leyok' ubuyisela emuva
 Kukhon' uthando kukhon' uthando
 Kukhona lento eyabulala abantu kanzima
 Khukhon' uthando ay woni kukhon' uthando
 Kukhona lento leyok' ubuyisela emuva
 ♪
 Wena mtanami ngakuthumela esikoleni uyofunda
 Wena wafika wadlala ama ntombazane
 Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda
 Wena wafika wadlala abafana
 Wena mtanami ngakuthumela esikoleni uyofunda
 Wena wafika wadlala ama ntombazane
 Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda
 Wena wafika wadlala abafana
 Awu mntanami kungani na
 Aw mtanami kungani ngawe
 Awu mntanami kungani ngawe
 Ukuthi udlale nge thalent lakho
 ♪
 Wena mntanami ngakuthuma esikoleni (ngelekelekelele)
 Wena wafika wadlala amantombazana (ngelekelekelele)
 Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda (ngelekelekelele)
 Wena wafika wadlala abafana (Kuleli khaya ngifuni nifane nami)
 Aw mntanami (nglekelele) kungani
 Aw mntanami kungani (nglekelele) ngawe
 Awu mntanami kungani (nglekelele)
 Ukuthi udlale nge thalent lakho
 (Kululeli khaya ngifuni nifane nami)
 Kukhon' uthando kukhon' uthando
 Kukhona lento ebulala abantu kanzima
 Kukhon' uthando ay woni kukhon' uthando
 Kukhona lento le ebulala abantu (Kululeli khaya ngifuni nifane nami)
 Aw mntanami kungani
 Aw mntanami kungani ngawe
 Awu mntanami kungani na
 Ukuthi udlale nge thalent lakho
 Mina angifundanga, mina kangifundanga
 Umama wakho naye akafundanga nje
 Mina angifundanga, mina kangifundanga
 Hho kuleli khaya kangifuni nifane nami
 Mina angifundanga (mina kangifundanga) umama wakho naye akafundanga nje
 Mina angifundanga, mina kangifundanga
 

Audio Features

Song Details

Duration
04:17
Key
6
Tempo
138 BPM

Share

More Songs by Khuzani

Albums by Khuzani

Similar Songs