Ntozabantu

Lyrics

Zaphela izinto zabantu
 Mabefika bethi ngqongqoza vula bo (oh yeah, oh yeah)
 Oh zaphela izinto zabantu
 Mabefika bethi ngiphe uyanika
 Kunini bathi vuk' ulele
 Uzophaphama nini?
 Sekunjalo
 Oh kutheni ukhuluma ngabantu bo?
 Indaba zabantu azenzwa njalo
 Ezakho zikhulunywa ngubani na?
 Zinakwe ngu-we wena wedwa
 Kwakutheni ukhuluma ngabantu? (kwakutheni kutheni?)
 Indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo)
 Ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?)
 Wena wedwa
 Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo?
 Umuntu umuntu ufana nawe
 Yekela ukuchitha igazi labantu
 Linjalo lifana nelakho oh
 Kuyoze kube nini sibulalana sodwa?
 Umuntu umuntu ufana nawe
 Yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu)
 Linjalo lifana nelakho
 Zaphela zaphela ingane zabantu
 Zihlushwa njalo ub'suku nemini bo
 Kutheni uhlupha imizi yabantu? (oh oh, oh oh)
 Iba nobuntu uvul' indlela zakho
 Kwenzenjani na wena u-busy uhluphana nabantu
 Awunakhaya na uhleli ubheke iz'nto zabantu?
 Kutheni uhlupha imizi yabantu?
 Iba nobuntu uvul' indlela zakho
 Kwenzenjani uhluphana nabantu
 Kwenzenjani ukhuluma ngabantu bo?
 Awunakhaya na uhleli ubheke iyinto zabantu?
 Injalo, nakezakho
 Kwakutheni ukhuluma ngabantu (kutheni kutheni bo?)
 Indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo)
 Ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?)
 Wena wedwa
 Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo?
 Umuntu umuntu ufana nawe
 Yekela ukuchitha igazi lomuntu
 Linjalo lifana nelakho oh
 Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo? (kuyoze kube nini na, nini na?)
 Umuntu umuntu ufana nawe (mins nawe)
 Yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu)
 Linjalo lifana nelakho
 Zaphela zaphela ingane zabantu
 Zihlushwa njalo ub'suku nemini bo
 Kutheni uhlupha imizi yabantu? (bayakhala abazali)
 Iba nobuntu uvul' indlela zakho
 Kwenzenjani na wena u-busy uhluphana nabantu
 Awunakhaya na uhleli ubheke iz'nto zabantu?
 Kutheni uhlupha imizi yabantu? (akwenzwa njalo)
 Iba nobuntu uvul' indlela zakho
 

Audio Features

Song Details

Duration
05:09
Key
8
Tempo
120 BPM

Share

More Songs by Lebo Mathosa

Similar Songs