Fatela

3 views

Lyrics

Ubulalela mangik'sthela ngiyazfela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 Ubulalela mangik'stshela ngiyak'fatela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 K'phelakwenyanga ng'yophuma ng'shone kuwe
 Ng'hamb' amakilometre mina ngehl'imifula
 Ng'hlangabezi' Ikhukhula
 Noma kwenyuka
 Uzong' thol' emlanjeni s'thandwa sam
 Ubulalela mangik'sthela ngiyazfela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 Ubulalela mangik'stshela ngiyak'fatela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 Ngizokulinda s'thandwa, uz'ufik' ekhaya
 Ngikunik' uthando lwenhliziyo yam
 Ngizokulinda, ngikulinda, ngikulinda uzufike
 Ngizokulinda s'thandwa, uz'ufik' ekhaya
 Ngikunik' uthando lwenhliziyo yam
 Ngizokulinda, ngikulinde, ngikulinde uzufike
 Ngifanelwe yimiqhele yegolide, Mpumelelo
 Nokuhle kodwa, Nokuhle kodwa, Nokuhle kodwa, Nokuhle kodwa
 Ubulalela mangk'sthela ngiyazfela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 Ubulalela mangik'stshela ngiyak'fatela
 Ng'sayophanda ngaphesheya Ngizoz'buyela
 Zizojik' izinto
 Z'yojik' izinto zibe moja
 Ayi ukhululeke wena my lavo
 Bek'mele bazok'thola
 Ngizolinda s'thandwa sam
 Uz'ufik' ekhaya
 Ngikunik' uthando lwenhliziyo yam
 Ngifanelwe yimiqhele yegolide
 Mpumelelo, Nokuhle kodwa, Nokuhle kodwa

Audio Features

Song Details

Duration
05:11
Key
7
Tempo
96 BPM

Share

More Songs by Mafikizolo

Similar Songs