Thando (feat. Mlindo The Vocalist)

Lyrics

Wahlab' inhliziyo yami
 Wangena wahlala phansi
 Wahlala wanethezeka
 Wanethezeka wabasekhaya, oho
 Thando, thando hayi ungenile (oho)
 Thando, thando hayi ungenile
 Ngithi wahlab' inhliziyo yami
 Wangena wahlala phansi
 Wahlala wanethezeka
 Wanethezeka wabasekhaya
 Wahlab' inhliziyo yami
 Wangena wahlala phansi
 Wahlala wanethezeka
 Wanethezeka wabasekhaya
 Thando, thando hayi ungenile
 Thando, thando hayi ungenisile
 Ekuqaleni kwezulu nomhlaba ubaba wakha uAdam noEva
 Mina nawe sthandwa sami s'dalelwene
 Futhi sizolasta forever
 Uthando lwakho...
 Kukhal' iynsizwa mawuvel...
 Bizomalume, thath' uthando lwami ngithath' olwakho
 Thando, thando hayi ungenile
 Thando, thando hayi ungenisile
 Ngizovele ngfak' indandatho
 Ok'khomba ngiz'misele ngawe sthandwa sami
 Thando, thando hayi ungenile
 Ngizovele ngfak' indandatho
 Ok'khomba ngiz'misele ngawe sthandwa sami
 Thando, thando hayi ungenile
 Thando, thando hayi ungenisile
 Thando, thando hayi ungenile
 (Awu uthando)
 Angazi ngzokwenzenjani
 Ngzokwenzenjani ngal'uthando lwami ngawe
 Thando, thando hayi ungenile
 Ngithi angazi ngzokwenzenjani
 Ngzokwenzenjani ngal'uthando lwami ngawe
 Thando, thando hayi ungenisile
 Ngisothandweni
 (mmmmmmhhhhhhh)

Audio Features

Song Details

Duration
04:59
Key
7
Tempo
88 BPM

Share

More Songs by Thee Legacy

Albums by Thee Legacy

Similar Songs