Nginguthandiwe

Lyrics

Ngenzelw' inceba nje
 Ngifumen' umusa
 Ngase ng'phiw' igam' elisha
 Ngingu Thandiwe
 Hayi ngoba ngingcono
 Hayi ngoba ngenze kahle
 Ukuthi nje ngithandiwe
 Nami ngithandiwe
 Hay ngoba ngingcwele ngamaphutha
 Nami ngyahlulek' endleni
 Ukuthi nje ngithandiwe
 Awu! ngithandiwe
 Nami ngnama phutha 'mi
 Kodw' inkosi ayingbaleli wona
 Ngithandiwe
 Hayi, ngithandiwe
 Sikhath' eside bengihlupheka
 Bebengihleka nengazana nabo
 Bengifun' uthando njena
 Kodwa ngathol' okungaphezulu kwalo
 Ngaze ngaphiwa negam' elisha, yeah
 Ngingu Thandiwe
 Ai ngoba ngingcono ke
 Ngiphiw' igam' elisha ke
 Ngithandiw' emazulwini
 Ngithandwe nokwehluleka kwami ke
 Langbhek' izulu ke
 Ngithandiwe x2
 Ayi, ngithandiwe
 Ngithandwe ngingenamali ke
 Ngithandwe ngibuthakathaka
 Ngithandiw' emazulwini
 Oooh, ngithandiwe
 Ngithandwe ngingenamli ke
 Ngithandwe ngihlupheka
 Ngithandiw' emazulwini
 Oh, Oh, ayi ngithandiwe
 Inganuy' iqhaw' elinamandla
 Hamba ngalamandla unikiwe wona
 Yize nom' unovalo ke baba
 Kodw' uyafunek' empini
 Laze lakthand izulu ke
 Laze laknik' amandla amasha ke
 Waze waphiwa negama elisha, ei
 Ungu Thandiwe
 Uthandiwe emazulwini
 Uthandiwe noba ubuthakathaka
 'Yakthand' uJesu
 Hay wen' uthandiwwe
 Nami ngthandwe ngihluleka
 Langthand' izulu ke
 Hayi ngoba ngingcono
 Ukuthi ngithandiwe
 Yheeyii, hiiiii
 Ngithandiwe
 Ngithandiw' emazulwini
 Nawe ungathandwa ngalo musa
 'Jes' ukhona
 UJes' uyakthanda'
 Oooh yeah
 Ngithandiwe
 Nawe uthandiwe
 

Audio Features

Song Details

Duration
06:19
Tempo
85 BPM

Share

More Songs by Thinah Zungu

Similar Songs